umbhalo weSingisi yiwona mbhalo osemthethweni waloMthethosivivinywa...
Ukukhuthaza ukuthuthukiswa okuhlelekile kwenkampani yegesi ehamba ngepayipi; ukusungula isakhiwo sikazwelonke; ukumisa uMlawuli weNqubomgomo yeGesi kuZwelonke njengosingethe inqalasizinda eyinqubomgomo kuzwelonke; nokubhekelela okunye okuhambisana nalokho.
amandla angabekwe ndawo asho lawo mandla ngokubekwe nguMlawuli weNqubomgomo yegesi ekuguquleleni emanzini, ukubuyisela kwigesi, ukuthwala, ukugcina noma ukusabalalisa okungadingi ukuthi kuhambisane nezidingongqangi eziyisibopho sesivumelwano.
j kanye nokukhuthaza ukutholakala kwegesi ngendlela ekhonekayo nephephile.
ukusabalalisa, ukwenza igesi amanzi nokuyibuyisela kwigesi; kanye iv Nokuhweba ngegesi.
UMlwawuli weNqubomgomo yeGesi unabantu abahlanu abasebenza ngokungagcwele abaqokwa nguNgqongqoshe.
akhethiwe abe ngusihlalo womlawuli wegesi ngokwesigatshana.
Uma ngasizathu thize usihlalo engakwazi ukwenza umsebenzi wakhe, amanye amalungu kumele akhethe omunye umuntu phakathi kwawo ahlale endaweni kasihlalo kuze kube usihlalo uyakwazi ukuphinde enze umsebenzi wakhe noma kuze kube uNgqongqoshe ukhetha omunye usihlalo.
a Ilungu loMlawuli weNqubomgomo yeGesi liba sesikhundleni isikhathi esiyiminyaka emine.
b UNgqongqoshe angaphinda alikhethe ilungu.
Amalungu oMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele akhokhelwe ngemisebenzi ayenzayo futhi athole nemali yokuwabonelela njengabaLawuli beGesi ngokuvunyelwa nguNgqongqoshe evumelene noNgqongqoshe wezeziMali.
Ngaphambi kokukhetha amalungu kuloMlawuli weNqubomgomo yeGesi, uNgqongqoshe kumele ngesaziso kwiGazethi iPhephandaba likaHulumeni, acele amagama kumalungu omphakathi.
ukusatshalaliswa, ukugcinwa, ukuthwalwa, ukwenziwa amanzi noma ukubuyiselwa kwigesi noma ukuhweba ngegesi, noma enentshisekelo ethile kunoma iyiphi ifemu noma inkampani; futhi a amazise uNgqongqoshe noMlawuli weNqubomgomo yeGesi uma leyo ntshisekelo ishintsha.
Ilungu akumele noma yinini libe khona lapho kudingidwa , noma kuthathwa izinqumo, noma libandakanyeke, kunoma yiluphi udaba loMlawuli wenqubo mgomo wegesi lapho lelo lungu noma umlingani walo, ingane, umlingani ngokwebhizinisi noma umqashi, ngaphandle koMbuso, enentshisekelo.
e noma liba ongasafanelekile ukuba yilungu nganoma yiziphi izizathu okukhulunywa ngazo kwisigaba 6.
weNqubomgomo yeGesi uma liziphatha ngokuphikisanayo nesigaba 9.
UMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele abe nemihlangano ngezikhathi ezibekwe ngusihlalo.
weNqubomgomo yeGesi ngokudingekayo ukuze imisebenzi efanele yenziwe ngendlela.
kokuthola le sicelo.
Ngaphandle uma kunenqubo enqunyiwe, usihlalo wanoma yimuphi umhlangano woMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele abeke inqubo ezolandelwa kulowo mhlangano.
weNqubomgomo yeGesi yiningi lamalungu.
a isinqumo seningi lamalungu akhona emhlanganweni siyisinqumo soMlawuli weNqubomgomo yeGesi.
ingunqamula juqu ngaphezulu kwaleyo ejwayelekile.
sinqumo uma amanye amalungu ebekhona emhlanganweni futhi enelungelo lokwethamela futhi eyikhworamu kanti nesinqumo futhi sibe esithathwe yiningi lamalungu akhona anelungelo lokuvota.
Omkhulu, kumele ayihambele yonke imihlangano yoMlawuli weNqubomgomo yegesi futhi unelungelo lokuphawula, kodwa hhayi ukuvota, kulemihlangano.
yeGesi uvulelekile emphakathini ngaphandle uma kunemininingwane eyimfihlo, enegunya lobunikazi ngokohwebo, lowo muntu othintekayo kumele amenelise uMlawuli weNqubomgomo yeGesi ukuthi kungani lemininingwane ingedalulwe kumphakathi.
wokuqala oMlawuli weNqubomgomo yeGesi emva kokuba sesithathiwe.
c UMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele abhekelele ukuthi kugcinwa irekhodi yayo yonke inqubo ekhona.
ngokuthe ngqo noma ngandlela thize; futhi f abaphethe izikhundla zomphakathi baziphathe ngendlela efanele nelindelekile.
t sibhalwe phansi; futhi g sichazwe ngokucacile ngokweqiniso, nomthetho nezizathu zaso.
Noma yisiphi isinqumo soMlawuli weNqubomgomo yeGesi nezizathu zakhona kumele umphakathi ukwazi ukuzithola.
UMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele aqashe umphathi omkhulu woMlawuli weNqubomgomo yeGesi.
a wokulawula izindaba zikaMlawuli weNqubomgomo yeGesi; kanye b nokulawula ubuphathiswa babo bonke abaqashwe ngokwesigatshana.
ngubani, ukusiza kwimisebenzi yoMlawuli weNqubomgomo yeGesi.
Nakuba kunezigatshana 1 no 3, uNgqongqoshe angaquma ukuthi uMlawuli weNqubomgomo yeGesi makaqashe noma asebenzise abaqashwa abanesivumelwano nesinye isiphathimandla samalayisense ngaphansi kwamandla kaNgqongqoshe.
Isigaba 9 simaqondana nanoma yiliphi ilungu labasebenzi boMlawuli weNqubomgomo yeGesi, ushintsho lube ngokwesimo esikhona.
Imibhalo yezezimali yoMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele icwaningwe nguMcwaningi-Jikelele.
e isimo maqondana nezempilo nokuphepha kwimboni; kanye f nezinye izinto uMlawuli weNqubomgomo yeGesi azibona zidingeka.
b ongasebenza ukuthwala, ukugcina, ukusabalalisa igesi, ukuyenza amanzi nokuyibuyisela kwigesi; noma c ahwebe ngegesi.
yimuphi umsebenzi okukhulunywa ngawo kwiSheduli 1 akadingi ukufaka isicelo sokungena kulomsebenzi, kepha umuntu obambe iqhaza kumsebenzi okukhulunywa ngawo kwindima 1 no 2 kuleyoSheduli kumele abhalise umsebenzi wakhe ngokubekiwe kwisigaba 28.
b angatshela umuntu obambe iqhaza kwimisebenzi edinga ilayisense ngokwesigatshana ongenayo ilayisense ukuthi ayeke ukwenza lowomsebenzi.
a Akukho kuloMthetho okwenqabela noma ubani ukuxoxisana ngokuhlosiwe, ukwakha, ukuguqula inqalasizinda ibe, umsebenzi wegesi, ukusebenza ngayo noma uhwebo oluhlosiwe ukuxoxisana noMlawuli weNqubomgomo yeGesi ngaphambi kokufaka isicelo selayisense.
b UMlawuli weNqubomgomo yeGesi kufanele ngokuhambisanayo nesigaba 29 , anikeze umuntu okucatshangwa ngaye kwindima (a) iminingwane leyo edingekayo ukufaka isicelo.
Noma ubani ofanele ukufaka isicelo selayisense ngokwesigaba 10 15 kufanele asifake ngefomu nangokwenqubo ebekiwe.
g nemininingwane eyenabayo ngegesi okuzoba ngeyokuhweba ngelayisense; kanye h neminye imininingwane engase ibekwe.
Umfaki sicelo angacela ukuthi iphathwe ngobumfihlo imininingwane 30 enozwelo ngokomnotho okhona esicelweni futhi, ngokuya nokuvumelana noMlawuli weNqubomgomo yeGesi, lemininingwane ingangavezwa kumakhophi esicelo asakazwa emphakathini.
umuntu kumele ashicilele isaziso sesicelo sakhe emaphephandabeni okungenani amabili endaweni afuna ukusebenzela kuyo sibe ngezilimi noma yiziphi ezisemthethweni ezimbili (olunye lwazo lube yisiNgisi).
d Ikheli loMlawuli weNqubomgomo yeGesi lapho kungafakwa 45 khona ukuphikisa isicelo; futhi f nokuthi ukuphikisa isicelo kumele kwesekwe ngobufakazi obufungelwe noma isitatimende esifungelwe.
uma kungabanga khona ukuphikisana nesicelo okutholakele; noma b emva kokuthola impendulo yofake isicelo ekugxekeni okubekiwe kwisigaba 18c.
b ukuphakamisa ukuthuthuka kwesifunda; noma c noma iyiphi inhloso yomphakathi.
b ukusebenza kokuthwala igesi, ukugcina nokusabalalisa; kanye c nokuhweba ngegesi.
Noma yinini uma inkampani elawulwa umbuso eyayithole ilayisense ehambisana nesigaba 19 ithengisa noma imaphi amasheya 50 ayo noma impahla yayo noma ingxenye yayo, okungaphansi kwalelayisense, idayisela noma iyiphi inkampani ezimele, iyokwenza lokho ngendali evulekele wonke umuntu.
t kumele kumiswe isikhathi esifanele kube yilapho izinto zegesi zibe sezisebenza; futhi u abanamalayisense kumele balungise imininingwane edingwa nguMlawuli weNqubomgomo yeGesi ukuze akwazi ukwenza imisebenzi yakhe.
obekwe uMlawuli weNqubomgomo yeGesi ngokwesigatshana angakwazi ukuthi ngendlela ebekiwe afake isicelo sokuthi uMlawuli weNqubomgomo yeGesi abuyekeze umbandela lowo.
c Njalo uma kunesicelo sokubuyekezwa kwesinqumo ngokwesigaba a uMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele enze uphenyo futhi angabiza nofakazi ukuthi nabo bavele phambi kwakhe.
kokufakela noma yini enye eyenza umahluko evunyelwe uMlawuli weNqubomgomo yeGesi ukungavumeleki kobandlululo okukhulunywa ngako kwisigatshana kumaqondana nezenzo zabanamalayisense maqondana nemisebenzi yabo ikakhulukazi.
Noma iyiphi ilayisense ekhishwe ngokwaloMthetho isemthethweni isikhathi esiyiminyaka engu 25 noma leso sikhathi esibekwe uMlawuli weNqubomgomo yeGesi.
isicelo sokuvuselela kumele semukelwe, kodwa uMlawuli weNqubomgomo yeGesi angabeka imibandela emisha noma eyehlukile.
Onelayisense angevunyelwe ukunika omunye umuntu ilayisense yakhe.
d uma kunesidingo ngenhloso yaloMthetho; noma e ngokufakwa kwesicelo yinoma ubani othintekayo.
Inqubo efanele ukulandelwa ukushintsha, ukumisa, ukususa noma ukwengeza noma yimuphi umbandela welayisnse injengokubekiwe.
onelayisense ngokwemibandela nezinhloso zaloMthetho, futhi lowo muntu anikezwe ilayisense entsha.
Onelayisense kumele anikeze uMlawuli weNqubomgomo yeGesi isaziso esibhaliwe okungenani izinyanga ezingu 12 ukuthi usefuna ukuwuyeka umsebenzi.
Ifomu nendlela ekumele ilandelwe uma kuchithwa ilayisense ngokwesigatshana 1 injengoba ibekiwe.
yeGesi angamnikeza isaziso onelayisense atshelwe ukuthi makagcine imbandela yomthetho esikhathini esifanele esibekiwe kwisaziso.
inhlawulo engeqile kwi R2 000 000,00 ngosuku ngalolo nalolo suku okwephulwe ngalo umthetho noma lokuqhubeka nokungagcini imiyalelo yesaziso.
Umlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele abhele ubukhulu bobubi bokungawugcini umthetho ekuthatheni isinqumo senani lenhlawulo.
kwisigatshana angasidlulisa isinqumo asiyise eNkantolo ePhakeme.
UNgqongqoshe angachibiyela kwiGazethi inani okukhulunywa ngalo kwisigatshana 2 ukuhlangabezana nokwehla kwamandla emali.
esiyisiphakamiso ngokwakhe eNkantolo ePhakeme afune isinqumo sokumisa noma ukuchitha ilayisense uma kunesizathu esivumela lokho kumisa noma ukuhoxisa, njengokwehluleka konelayisense ukwakha, ukusebenza noma ukuhweba ngokokukhishelwe ilayisense.
ingasivumela noma isenqabe isicelo, noma yenze leso sinqumo maqondana nezindleko nokugcina esimweni insizakalo yonelayisense ngaleyo ndlela eyoyibona ifanele.
a Ukukhiqiza noma ukungeniswa ezweni kwegesi; noma b umsebenzi okukhulunywa ngawo kwindima 1 no 2 kwiSheduli 1.
Noma yisiphi isicelo sokubhalisa ngokwesigatshana 1 kumele sethulwe kwifomu ebekelwe lokho.
umsebenzi onelayisense ukuhlola noma yini yokusebenza, impahla yokusebenza, imishini, incwadi, i-akhawunti noma yimuphi omunye umqulu otholakale lapho; futhi b afune ukuthi noma ngubani lapho anikeze uMlawuli weNqubomgomo yeGesi noma yimiphi imininingwane engadingeka ukulandela loMthetho.
UMlawuli weNqubomgomo yeGesi angadinga ukuthi noma yimiphi imininingwane anikezwe yona ngokwesigaba 1 mayifakazelwe ngokufungelwe noma ngesitatimende esifungelwe.
Umuntu ogunyazwe nguMlawuli weNqubomgomo yeGesi ngokubekiwe kwisigatshana 1 kumele aveze ubufakazi balokho kunoma ubani obucelayo.
UMlawuli weNqubomgomo yeGesi, ngokuvunyelwa amaqembu athintekayo, angaba umlamuli noma umxazululi kunoma yiluphi 45 udaba maqondana nokuhweba kwigesi noma ukunikeza izinsizakalo.
b Ngesikhathi engumlamuli uMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele akhiphe isinqumo odabeni alusingethe.
weNqubomgomo yeGesi kanjalo nakulawo maqembu, ukuthi abe ngumlamuli noma umxazululi egameni loMlawuli weNqubomgomo yeGesi, kunoma yiluphi udaba olucatshangiwe kwisigatshana.
b Noma yisiphi isinqumo somlamuli okhethwe ngalendlela kumele sithathwe njengaleso soMlawuli weNqubomgomo yeGesi.
Noma yisiphi isinqumo esithathwe uMlawuli weNqubomgomo yeGesi ngesikhathi exazulula noma ngumlamuli okucatshangwa ngaye kwisigatshana 2 siyisibopho kumaqembu axabene.
ngaphambi ngokuthintana noMlawuli weNqubomgomo yeGesi.
ngokwalowomhlaba egameni lalowo onelayisense ukuthwala, ukugcina noma ukusabalalisa igesi ngokwesigaba 25 soMthethosisekelo.
Inqubo okumele ilandelwe ukugcina imiyalelo yesigatshana 1 kumele ibekwe.
kugcinwe, kusatshalaliswe, yeziwe ibe amanzi noma kwenziwe izinsiza zokwenza enye igesi ezothuthukisa inqalasizinda yegesi eRiphabhuliki.
angabeka noma akhe amapayipi okusabalalisa igesi ngaphansi noma ngaphezulu kwalowo mgwaqo, futhi kungathi njalonjalo akhande, ashintshe noma asuse ipayipi efakiwe noma elakhiwe endaweni anelayisense yokuphakela kuyo.
Ngaphambi kokusebenzisa amandla ngokucatshangwe kusigatshana a, onelayisense kumele ahlangane futhi abonisane nesiphathimandla, sendawo lapho umgwaqo okukhulunywa ngawo okuyona, ngaphandle uma kunesimo esiphuthumayo.
a ngokuhambisana nemigudu ngokukhonjwe ngqo yisiphathimandla esiqondene.
b Ngaphandle kokuthi kunesimo esiphuthumayo, ngaphansi kwesandla sesiphathimandla esithintekayo.
Noma yiliphi ipayipi, imitha, okokusebenza kwalowo onelayisense futhi okufakwe ngokusemthethweni ngaphezulu noma ngaphansi komhlaba emagcekeni angenamvume yawo kungokwakhe futhi angakususa lowo onelayisense.
c aveze ukugunyazeka kwakhe lapho ecelwa yilowo ohlala lapho noma umnikazi wendawo.
b ameme imibono yomphakathi maqondana naleyonqubomigomo; futhi c ayibhekisisise imibono leyo.
k ukuhlolwa nophenyo ngokwakhiwa nokusebenza kwanoma yisiphi isikhungo segesi noma ukuhweba ngegesi; futhi l nokuxhumana nalabo abanentshisekelo nabathintekayo.
Noma ngubani ongumnikazi noma osebenza ngezinto zegesi noma ohweba ngegesi ngaphambi kokuqala kokusebenza kwaloMthetho kumele, zithi zingakapheli izinyanga eziyisithupha eqalile ukusebenza, afake isicelo selayisense kuMlawuli weNqubomgomo yeGesi ngokwaloMthetho.
ilayisense ngokubekiwe kwisigatshana , ngaphandle uma ethola ukuthi ofake isicelo akakwazi noma akathandi ukusebenza ngegesi noma ahwebe ngokuhambisanayo nenhloso yaloMthetho.
b Noma iyiphi ilayisense ekhishwe ngokwesigaba a kumele ngokwezinhloso zonke kube ekhishwe ngokwesigaba 19.
Nakuba kungaba nokuphikisana kuloMthetho, lesivumelwano siyambophezela uMlawuli weNqubomgomo yeGesi kuze kuphele iminyaka eyi-10 emva kokuthola igesi yemvelo eqhamuka e-Mozambique.
d isibopho sika-Sasol sokufakela amakhasimende, abasabalalisi kanye nabathwali begesi ; kanye e nokusingathwa kwesivumelwano.
UMlawuli weNqubomgomo yeGesi kumele akhiphe ngokusemthethweni amalayisense awanikeze labo okkucatshangwa ngabo kulesivumelwano futhi angabeka imibandela leyo ngaleyo naleyo layisense ngokwaloMthetho ngokungaphikisani nesivumelwano.
LoMthetho ubizwa ngoMthetho weGesi, ka 2001, futhi uqala ukusebenza ngosuku lolo olumiswe uMongameli ngesimemezelo kwiGazethi.
Noma ubani obambe iqhaza ekuthwaleni igesi eyithwalele ukuyisebenzisa yena ngokwakhe.
imikhankaso ekhona yegesi emiphakathini yasemakhaya engaxhumene nesakhiwo sikazwelonke segesi.
Ukuthwalwa kwegesi nokunye ukuhweba ngegesi okungase kuhambisane nako.
Igesi eyenziwe amanzi yepethroliyamu etholakala kwithange noma isilinda eliyigcine ngobuningi, ehanjiswa ngepayipi ngesisindo (bar gauge) esingaphansi kuka 2 futhi enqamula imigqa yeziza engengaphezulu kwemine eminceleni yezakhiwo.
Sekube neminyaka eminingi iNingizimu Afrikha inemboni encane okhiqizwa ngamalahle. Lemboni yegesi manje isizongena esikhathini sokwanda ngokushesha ngenxa yamasimu egesi yemvelo eNingizimu yegesi Afrikha naseAfrika eseNingizimu. Kepha ukungabibikho komthetho kuyisikhinyabezo ekuthuthukeni kwemboni yegesi. UMthethosivivinywa weGesi uzoveza umthetho futhi uzomisa uMawuli weNqubomgomo weGesi ozimele.
a ukukhuthaza umsebenzu wokuthwalwa kwegesi okunekhono, okuyimpumelelo nentuthuko ehlelekile yomsebenzi wokuthwala igesi, ukuyigcina, inqalasizinda yokusabalalisa kanye nokunikezela ngomsebenzi onekhono, onempumelelo nosimeme wokuthuthwa kwegesi, ukuyigcina, ukuyisabalalisa kanye nomsebenzi wokuhweba.
h kanye nokukhuthaza ukutholakala kwegesi ngendlela ekhonekayo nephephile.
Izinqumo sabatshali zimali mayelana nomklamo wokulanda igesi e-Mozambique zenziwa kungekho imithetho ephathelene nakho. Ngokucabangela lesisimo uNgqingqoshe wezamaMinerali naMandla usebonisene ngeSivumelwano nenkampani eqondene nalokhu kanti futhi uMthethosivivinywa weGesi uyasibhekelela lesisivumelwano ukuthi sibophezele uMlawuli weNqubomgomo yeGesi kuze kuphele iminyaka engu 10 ngemuva kokwamukela kokuqala igesi evela e-Mozambique.
IBhajethi yoMnyango wamaMinerali naMandla ayikakuhleleli ukumiswa nokusebenza koMlawuli weNqubomgomo yeGesi. Ngakho-ke, lapho uMthetho weGesi umenyezelwa, uMnyango uyodinga imali eyengeziwe engu R2 100 000 ukuze iqhube uMlawuli weNqubomgomo yeGesi kunyakamali ka 2001/2002, nemali elingana naleyo kwiminyaka elandelayo.
AbeLuleki bezoMthetho boMbuso noMnyango wezaMaminerali naMandla bacabanga ukuthi loMthethosivivinywa kumele kubhekwane nawo ngokwenqubo evezwe kusigaba 75 soMthethosisekelo njengoba bengenamthetho lapho izinqubo ezivezwe kusigaba 74 noma 76 zoMthethosisekelo zisebenza khona.
